Uyinja (feat. LIMIT NALA) artwork

Song

Uyinja (feat. LIMIT NALA)

uMdumazi

2025

No ratings yet

Uyinja (feat. LIMIT NALA) Lyrics

by uMdumazi

Bheka mina ngedwa Ngob' uwena olithemba lami Bengicela ungadidwa ubuhle bomhlaba Wedali wami Bheka mina ngedwa Ngob' uwena olithemba lami Bengicela ungadidwa ubuhle bomhlaba Wedali wami Bheka mina ngedwa Ngob' uwena olithemba lami Bengicela ungadidwa ubuhle bomhlaba Wedali wami Awu iGoli ma, ngob' iGoli Ngiyalisab' iGoli lapho uya khona Bahamba bengabuyi bonke abaya kuleyandawo Awu iGoli ma, ngob' iGoli Ngiyalisab' iGoli lapho uya khona Bahamba bengabuyi bonke abaya kuleyandawo Uzungikhumbule Noma ufika bekhuluma ngo mara, entlek Ungangilibali ung'khumbule ngiyak'thanda ma Uzungikhumbule Noma ufika bekhuluma ngo mara entlek Ungangilibali ung'khumbule ngiyak'thanda ma Awu iGoli ma ngob' iGoli Ngiyalisab' iGoli lapho uya khona Bahamba bengabuyi bonke abaya kuleyandawo Ngoba lomuntu ungowami Ngizohlala naye Nomakukuhle nomakumnyama Ngithembela kuye Uyisthandwa sami Ngoba lomuntu ungowami Ngizohlala naye Nomakukuhle nomakumnyama Ngithembela kuye Uyisthandwa sami Njengoba ngihambile ngisemazweni Cela wazi ngiyakuthanda ngane yabantu Ongibuzela kubaba wakho ulotsholwa ngezingaki Njengoba ngihambile ngisemazweni Cela wazi ngiyakuthanda ngane yabantu Ongibuzela komalume wakho ulotsholelwa ngezingaki Bayale ungenzeni Angisathembi Ungihambela emaweni Ngiyak' thanda dali Bayale ungenzeni Ungihambela emaweni yini na? Angisathembi Yazi ngiyakuthanda dali Bebabaningi befika empilweni yami Noma ngikude ngiyakukhumbula ngane yabantu Kuloluthando ngithunjiwe Ngiyak'thanda dali Bebabaningi befika empilweni yami Noma ngikude ngiyakukhumbula ngane yabantu Othandweni lakho ngidlisiwe Ngiyak'thanda dali Nguwena othandwa yimi wedali Dali nguwe ubambo lwami Nguwena othandweni lami (othandwa yimi) Nguwena othandweni lami (othandwa yimi) Nguwena othandweni lami (othandwa yimi) Nguwena othandweni lami

Lyrics are provided for educational, critique, and study purposes under fair use. Sourced via LRCLIB. If you are the copyright owner and wish to request removal, please visit our DMCA & Copyright Policy.

Rate this song

Log in to rate and review this song.

No written reviews yet.

Frequently asked questions about Uyinja (feat. LIMIT NALA)
Who sings Uyinja (feat. LIMIT NALA) and when was it released?

“Uyinja (feat. LIMIT NALA)” is performed by uMdumazi, released in 2025.

Where can I read the full lyrics to Uyinja (feat. LIMIT NALA)?

You can read the complete, verified lyrics for “Uyinja (feat. LIMIT NALA)” right here on WorldBestSong along with music ratings and community reviews.

What is the listener rating for Uyinja (feat. LIMIT NALA)?

“Uyinja (feat. LIMIT NALA)” has not been rated by listeners yet on WorldBestSong. Be the first to rate and review it!

Where can I stream Uyinja (feat. LIMIT NALA)?

You can stream “Uyinja (feat. LIMIT NALA)” by uMdumazi directly on Spotify, Apple Music, and YouTube through the streaming links available on this page.

🎵 Are you a musician?

Use our free Song Mastering Tool or BPM & Key Finder directly in your browser.