Inkanyezi artwork

Song

Inkanyezi

Feza

2025

No ratings yet

Inkanyezi Lyrics

by Feza

Uzungayihaleli impilo yomuny' umuntu sosha lami Ey ngoba awazi ukuthi lapha ekhona ufike kanjani Uzungayihaleli impilo yomuny' umuntu sosha lami Ey ngoba awazi ukuthi lapha ekhona ufike kanjani Uzungayihaleli impilo yomuny' umuntu sosha lami wee Ey ngoba awazi ukuthi lapha ekhona ufike kanjani Ubohamba ngamanandla onikwe wona (sosha lami) (Uyincenge kancane) impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa (Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami) Ubohamba ngamanandla onikwe wona (sosha lami) (Uyincenge kancane) impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa (Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami) Ubohamba ngamanandla onikwe wona (sosha lami wee) (Uyincenge kancane) impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa (Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami) Ubohamba ngamanandla onikwe wona sosha lami wee (Incenge kancane) impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa (Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami) (Sosha lami, incenge kancane sosha lami) (Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami) (Abajahile badedele badlule) (Uyobathola phambili, inqobo nje maw'fikile) (Abajahile badedele badlule) (Uyobathola phambili, inqobo nje maw'fikile) Isivinini siyabulala sosha lami Ukhumbule (uyobathola phambili) (Inqobo nje mawufikile, impilo iyancengwa sosha lami) Isivinini siyabulala sosha lami Ukhumbule (uyobathola phambili) (Inqobo nje mawufikile, impilo iyancengwa sosha lami) Isivinini siyabulala sosha lami Ukhumbule (uyobathola phambili) (Inqobo nje mawufikile, impilo iyancengwa sosha lami) Ubohamba ngamanandla onikwe wona (sosha lami) (Uyincenge kancane) impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa (Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami) Ubohamba ngamanandla onikwe wona, sosha lami wee (Uyincenge kancane) impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa (Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami) Ngamanandla onikwe wona sosha lami wee Incenge kancane impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa (Impilo iyancengwa sosha lami) (Sosha lami, incenge kancane sosha lami) (Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami)

Lyrics are provided for educational, critique, and study purposes under fair use. Sourced via LRCLIB. If you are the copyright owner and wish to request removal, please visit our DMCA & Copyright Policy.

Rate this song

Log in to rate and review this song.

No written reviews yet.

Frequently asked questions about Inkanyezi
Who sings Inkanyezi and when was it released?

“Inkanyezi” is performed by Feza, released in 2025.

Where can I read the full lyrics to Inkanyezi?

You can read the complete, verified lyrics for “Inkanyezi” right here on WorldBestSong along with music ratings and community reviews.

What is the listener rating for Inkanyezi?

“Inkanyezi” has not been rated by listeners yet on WorldBestSong. Be the first to rate and review it!

Where can I stream Inkanyezi?

You can stream “Inkanyezi” by Feza directly on Spotify, Apple Music, and YouTube through the streaming links available on this page.

🎵 Are you a musician?

Use our free Song Mastering Tool or BPM & Key Finder directly in your browser.