ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga) artwork

Song

ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)

Ntencane

2026

No ratings yet

ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga) Lyrics

by Ntencane

Oh lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile Oh lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Oh lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Oh lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Hawu ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Oh lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo ngiyakuye mina (Uthi angiyohlala naye kodwa engalobolile) Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo ngiyakuye mina (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo azongilandela (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile Ngisho ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Oh lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile Oh lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo ngiyakuye mina (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo azongilandela (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Hhay ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona

Lyrics are provided for educational, critique, and study purposes under fair use. Sourced via LRCLIB. If you are the copyright owner and wish to request removal, please visit our DMCA & Copyright Policy.

Rate this song

Log in to rate and review this song.

No written reviews yet.

Frequently asked questions about ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)
Who sings ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga) and when was it released?

“ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)” is performed by Ntencane, released in 2026.

Where can I read the full lyrics to ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)?

You can read the complete, verified lyrics for “ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)” right here on WorldBestSong along with music ratings and community reviews.

What is the listener rating for ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)?

“ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)” has not been rated by listeners yet on WorldBestSong. Be the first to rate and review it!

Where can I stream ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)?

You can stream “ENGALOBOLILE (feat. KaMaphanga)” by Ntencane directly on Spotify, Apple Music, and YouTube through the streaming links available on this page.

🎵 Are you a musician?

Use our free Song Mastering Tool or BPM & Key Finder directly in your browser.