Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu) Lyrics
by Umfoka Msezane
We ngifa nentombi yami mina nentombi yami
Ithanda mina ngedwa ngeke uyithole wena
Ithanda mina ngedwa intombi yami
Ngayishela ngihlupheka mina ayiyijwayel' imali
Ayiy'jwayeli mali ekhaya kuKwaNdlwane ayiy'jwayeli imali
Ngayishela ngihlupheka mina ayiyijwayel' imali
Ayiy'jwayeli imali ekhaya kuKwaNdlwane ayiy'jwayeli imali
Uyishele ngani intombi yami wemfana?
Uyishele ngomcebo ngeke uyithole
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
Uyishele ngani intombi yami wemfana?
Uyishele ngomcebo ngeke uyithole
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
Uyishele ngani, uyishele ngani?
Uyishele ngomcebo ngeke uyithole
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
Uyishele ngani, uyishele ngani?
Uyishele ngomcebo ngeke uyithole
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
Imali iyaphela kodwa uthando alupheli
Ngoba bengaka abanemali uyobaqeda nini?
Imali iyaphela kodwa uthando alupheli
Ngoba bengaka abanemali uyobaqeda nini?
Ngiyacela wedali, ngiyacela ungabanaki
Ungabanaki, ungabanaki
Ubabu Gwala unemali kwaJikijiki
Kodwa khona abamedlulayo
Khona abanemali okwedlula uMcineka
Sthandwa sami uyoze ufikephi?
Ubabu Mdluli unemali
Kodwa khona abamedlulayo
Khona abanemali okwedlula uMavava
Thembalami ungavumi bakweshele ngomcebo
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole) mabakweshele ngomcebo
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole) mabakweshele ngomcebo
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
Thembalami ungavumi bakweshele ngomcebo
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole) mabakweshele ngomcebo
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole) mabakweshele ngomcebo
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
Uyishele ngani intombi yami wemfana?
Uyishele ngomcebo ngeke uyithole
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole) ngeke uyithole
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
Uyishela ngani intombi yami wemfana
Uyishele ngomcebo ngeke uyithole
Uyishele ngomcebo ngeke uyithole
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole)
Akayi jwayeli imali, akayi jwayeli imali
Akayi jwayeli imali u-girl
Akayi jwayeli imali, akayi jwayeli imali
Akayi jwayeli imali
Akayi jwayeli imali, akayi jwayeli imali
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole) akayi jwayeli imali u-girl
(Uyishele ngomcebo ngeke uyithole) akayi jwayeli imali, akayi jwayeli imali
(Uyishele ngomcebo)
Rate this song
Log in to rate and review this song.
Reviews (0)
No written reviews yet.
Frequently asked questions about Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu)
Who sings Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu) and when was it released?
“Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu)” is performed by Umfoka Msezane, released in 2025.
Where can I read the full lyrics to Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu)?
You can read the complete, verified lyrics for “Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu)” right here on WorldBestSong along with music ratings and community reviews.
What is the listener rating for Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu)?
“Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu)” has not been rated by listeners yet on WorldBestSong. Be the first to rate and review it!
Where can I stream Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu)?
You can stream “Kukwandlwane (feat. Mjikelo & Mzukulu)” by Umfoka Msezane directly on Spotify, Apple Music, and YouTube through the streaming links available on this page.
🎵 Are you a musician?
Use our free Song Mastering Tool or BPM & Key Finder directly in your browser.