Distance Lyrics
by Zulu Queens, Lwah Ndlunkulu, MaWhoo & Feza
('Mawungekho)
(Ngizizwa ngingaphelele)
Iyi
Iye-ye-ye-ye
Iye-ye-ye
Iyi
Iye-ye-ye-ye
Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye
Udali ngim'khumbule
Ubobuya dali kuyabanda
'Mawungekho
Ngizizwa ngingaphelele
Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye
Udali ngim'khumbule
Ubobuya dali kuyabanda
'Mawungekho
Ngizizwa ngingaphelele
Lisixosh' ilanga lize l'shone
Kuvel' ilanga lak'sasa ngim'bone
Hay' umzwangedwa usung'bulele
Ang'sakhoni
Cha anginawoni
Ubobuya dali, ubobuya
Hay' ubobuya

Kub'hlungu ukwazi ukuthi wen' unomuntu
Inkinga awuk'boni
Ayaphel' amalanga
Ayashon' amalanga
Sengidlal' inkumbulo
Ubobuya dali kuyabanda
'Mawungekho
Ngizizwa ngingaphelele
Ubobuya dali kuyabanda
'Mawungekho
Ngizizwa ngingaphelele
Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye
Udali ngim'khumbule
Ubobuya dali kuyabanda
'Mawungekho
Ngizizwa ngingaphelele
Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye
Udali ngim'khumbule
Ubobuya dali kuyabanda
'Mawungekho
Ngizizwa ngingaphelele
Iyi
Iyeyeye
Iyeyeye
Rate this song
Log in to rate and review this song.
Reviews (0)
No written reviews yet.