Ngyozama (feat. Sykes, Young Stunna, Nkosazana Daughter, Tracy & Thatohatsi) artwork

Song

Ngyozama (feat. Sykes, Young Stunna, Nkosazana Daughter, Tracy & Thatohatsi)

Kabza De Small & Dlala Thukzin

2025 · Amapiano

No ratings yet

Ngyozama (feat. Sykes, Young Stunna, Nkosazana Daughter, Tracy & Thatohatsi) Lyrics

by Kabza De Small & Dlala Thukzin

Uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Mama no baba, uma k'shay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Mama no baba, uma k'shay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Uma beng'zama Mdali ng'cel' ungiphe nam' i-power yok' surviv-a Zitha zami zibas' umlilo, Mdal' unisе imvula Nisa imvula, Mdali unise imvula Ayaya uma beng'zama Mdali ng'cel' ungiphе nam' i-power yok' surviv-a Zitha zami zibas' umlilo, Mdal' unise imvula Nisa imvula, Mdali unise imvula Mhm Mhm Oh mmh (okay) Oh mama, kade uthandazel' ikhaya elifudumele thata Zonke izinyembezi zakho ziphendukise inhlanhla Ng'th' abantwana bakho basebenzele wena Nami ngisebenzela bonke abantwana bakho Wathi uma usishiya kuzoyenzeka izimanga Kuyehla kuyenyukela yonke indlela zazihamba Manje impilo incono buka lemizamo yakho Thatha impilo zethu wayishintsha, ngesipho sakho Wawuhlala edolweni make Wawuhlala edolweni make Wawuhlala edolweni maye Mama no baba Ukulahla ithawula akuyona indlel' engafunda ngayo Ingqinamba namba ayithelelani endleleni Sukukuqoma manikhona Kwakumnyama nasemnyango Amahloni engsinda ehlombe Kodwa ngeke, ngeke siphinde silal' ekhaya singadlile Nayi indodakazi isigadlile Lingapheli ithemba kimi Ng'sayophanda ng'sazobuya (dlala Thokzini) Mama nobaba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngiyozama (cela naz' ukuthi, cela nazi ukuthi) Kade ngozama mina, kade ngiyozama (cela naz' ukuthi bengiyophanda, mina bengiyophanda) Ngizamel' abantwana basekhaya Mama nobaba Uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama (cela naz' ukuthi, cela nazi ukuthi) Kade ngozama mina, kade ngozama (cela naz' ukuthi bengiyozama) Ngizamel' abantwana basekhaya Uma beng'zama Mdali ng'cel ungiphe nam' i-power yok' surviv-a Zitha zami zibas' umlilo Mdal' unise imvula Nisa imvula, Mdali unise imvula Ayaya uma beng'zama Mdali ng'cel ungiphe nam' i-power yok' surviv-a Zitha zami zibas' umlilo Mdal' unise imvula Nisa imvula, Mdali unise imvula Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi Cela naz' ukuthi kade ngozama Kade ngozama mina, kade ngozama Ngizamel' abantwana basekhaya

Lyrics are provided for educational, critique, and study purposes under fair use. Sourced via LRCLIB. If you are the copyright owner and wish to request removal, please visit our DMCA & Copyright Policy.

Rate this song

Log in to rate and review this song.

No written reviews yet.