Umaqondana Lyrics
by Feza
Kuqondene omaqondana
Kuqondene omaqondana
Saluqala sadlala
Sadlala
S'khohlisana namagama
Ngamagama
Uthando lwamila
Lwamila
Sengikuthanda ngempela
Ngempela
Saluqala sadlala
Sadlala
S'khohlisana namagama
Ngamagama
Uthando lwamila
Lwamila
Sengikuthanda ngempela
Ngempela
Saluqala sadlala
Sadlala
S'khohlisana ngamagama
Ngamagama
Uthando lwamila
Lwamila
Sengikuthanda ngempela
Ngempela
Ulavo
Ngavele ngabona la
Kuloluthando
Kuqondene omaqondana
Kuqondene omaqondana
Ngavele ngabona la
Kuloluthando
Kuqondene omaqondana
Kuqondene omaqondana
Ngavele ngabona la
Kuloluthando lolu
Kuqondene omaqondana
Kuqondene omaqondana
Lulawulwa indalo
Nezinyandezulu
Luyayitholel' indlela loluthando
Luyazenzakalela
Luyazenzakalela
Lulawulwa indalo
Nezinyandezulu
Luyayitholel' indlela loluthando
Luyazenzakalela
Luyazenzakalela
Ngilayeleni indlela
Yok'phind' inhliziyo yami iningi
Udali ngim'thande kaningi ningi
Mangim'thanda kanye akwanele
Ngilayeleni indlela
Yok'phind' inhliziyo yami iningi
Udali ngim'thande kaningi ningi
Mangim'thanda kanye akwanele
Kuqondene omaqondana
Kuqondene omaqondana
Ngavele ngabona la
Kuloluthando olwethu
Kuqondene omaqondana
Kuqondene omaqondana
Saluqala sadlala
Sadlala
S'khohlisana ngamagama
Ngamagama
Uthando lwamila
Lwamila
Sengikuthanda ngempela
Ngempela
Saluqala sadlala
Sadlala
S'khohlisana ngamagama
Ngamagama
Uthando lwamila
Lwamila
Sengikuthanda ngempela
Ngempela
Lulawulwa indalo
Nezinyandezulu
Luyayitholel' indlela loluthando
Luyazenzakalela
Luyazenzakalela
Lulawulwa indalo
Nezinyandezulu
Luyayitholel' indlela loluthando
Luyazenzakalela
Rate this song
Log in to rate and review this song.
Reviews (0)
No written reviews yet.